AMAPHOYISA aKwaZulu Natal asezwakalise ukukhathazeka ngemibiko esabalele athi awalona iqiniso ngoKhomishana wawo kulesi sifundazwe uLieutenant General ...
SEKUDLULE emhlabeni indodakazi kamlingisi ongaconsikubalandeli bakhe uManaka Ranaka, uKatlego. UManaka ubhale ezinkundleni ...
Inkantolo imgixabeze ngeminyaka ewu-15 engaphakathi ejele futhi igama lakhe lishicilelwe emabhukwini anohlu lwabantu abangabanukubezi bocansi (National Register for Sex Offenders) ...
I-DA yesabisa ngokufaka isimangalo enkantolo ukuphikisana nokusayinwa komthetho iLand Expropriation Act nguMengameli Cyril Ramaphosa izolo ngoLwesine.
INdlulamithi ikhuluma esikhumbuzweni seminyaka ewu-146 yeMpi yaseSandlwana, eNquthu ngoLwesithathu, ithe isagonqile, iyoze ...
USHAQWE ngamaphoyisa, wavela eNkantolo yeMantshi eNsuze owesifazane (21), waseNgcongangconga, eNdwedwe, osolwa ngokuzama ...
KUBIKWA ukuthi bangaphezulu kuka-22 000 abantu bangaphandle abagqunywe emajele aseNingizimu Afrika, kanti abawu-690 babo ...
INYANGA kaMasingana (January) imatasa kakhulu kubafundi abaphothule umatikuletsheni njengoba iningi labo lizama izikhala ...
KULINDELEKE ukuthi lishiye ababukeli bebambe ongezansi uhlelo lukamabonakude olwezithandani ezihlobene futhi eziyingzenya yalo ngenhloso yokuthola izibusiso zathando wazo emindenini yazo. Lolu hlelo ...
USUSABELA impilo yawo umphakathi waseGluckstadt, eVryheid, ohlushwa ngamabhubesi ahlasela imfuyo ebusuku, ayibulale. ILANGA likhulume noMnu Zakhele Khumalo wasesigodini saseMagcekeni, othi ngoLwesine ...
SIKHOMBISA ukudideka noqhekeko isinqumo sesigungu esiphezulu se-ANC sokuchibiyela ubuholi bezifundazwe iGauteng neKwaZulu Natal. Lokhu kuvezwe umhlaziyi ozimele uMnu Zakhele Ndlovu ofundisa izifundo ...